
Injabulo Kuvulwa Kabusha Umgwaqo uR74 KwaMaphumulo
24 May 2024
Injabulo Kwizakhamizi Esezikhulile UMeya Elula Isandla
22 December 2025Kuzowehla umthwalo wokulungiswa kwemigwaqo engama access roads njengoba uMasipala wakwaMaphumulo uholwa uMeya Zibuyisile Khuzwayo-Dlamini Kanye no Somlomo C. S Shange bethule ngokusemthethweni izinsiza kusebenza esintsha okubalwa ugandaganda (Grader) kanye neloli lenhlabathi.
Lezi izinsiza zethulwe okokuqala emphakathini njengoba uMeya Khuzwayo-Dlamini ehambisana Somlomo womkhandlu uCllr C. S Shange kanye noKhansela waku Wadi 11 uCllr HH Mhlongo babe yingxenye yokwethulwa kwayo kulungiswa Umgwaqo Oqalweni Road nokulindeleke ukuthi izolekelela ukunciphisa ingcindezi yokusebenza kumnyango wakwaTechnical Services njengoba bekunengwadla yokushoda kweMishini nobekubambezela ukulethwa kwezidingo emiphakathini.




