
Izipho Kubantwana Abazalwe Ngosuku LukaKhisimuzi
2 January 2026umhlangano bekungo womphakathi ubizwe ukukhansela we ward ukuzobazisa ngokuqhubekayo ngezinhlelo ezithinta izintuthuko nokuphendula ezikhalweni ezivela kuwo umphakathi.
Kulo mhlangano ukhansela ebahamba nezinduna zendawo ubab Sabela no Bab Ngcamu kanye nabeminyango ka hulumeni, abakwa Department of transport, Municipal Disaster Unit, ILembe district.
Ne thimba elisuka ngaphansi kwe hhovisi lika speaker wakwa Maphumulo [Public Participation] belikhona ukuqinisekisa ukuthi umhlangano uhamba ngendlela efanele bese bethatha lokho umphakathi odinga usizo kukho.
UMBIKO KA KHANSELA
- Ubike ngohlelo lwama toilet asikucelile eLembeni ukuze lukwazi ukufakwa kwi gxenye yondawo yaso Sabeni kanye nezinye.
- Ubike ngenqubekela phambili ngodaba lwe Nombokojwane Housing project waphinda waveza nokuyizi nqinamba ezibhekene nale project.
- Ucele ukuthi abantu abasha basondele kwizinkundla zokuxhumana zika UMasipala ukuze bathole izaziso nezinye izinto ezingabasiza njengama thuba omsebenzi nokunye okuningi.
- Wazise umphakathi ukuthi njengoba kuza ukhetho lohulumeni base khaya sekuzoba no Shitsho oluzoletha izikhungo ezimbili eziqhamuka kwa ward 5 okuyi Menyezwayo kanye nesikhungo Sakwa Ncengwa bese kusuka isikhungo saso Gagwini siye kwa ward 5.
- Ucele umphakathi umphakathi ukuba uqikelele ukuthi uyawuthenga ngendlela efanele ugesi, wabaxwayisa ngobungozi bokungawuthengi nokuwuxhuma ngoku ngekho emthethweni.
- Uphinde wabavezela ngohlelo Eskom oye ululandela uma kufe Itransformer
- Uphinde waphendula nemibuzo ebeqhamuka emphakathini ngokulekelelwa abakwa amasipala.
DISASTER UNIT
- Uchazele umphakathi ngendlela abasebenza ngayo bewu mnyango wakwa Disaster.
- Baphinde baqwashisa umphakathi ngezimo ze Disaster ezibakhona nokuthi bangazivikile kanjan.
- bacele umphakathi ukuthi usebenzisane nezinhlaka zika hulumeni ezikhona okubalwa ama khansela kanye nama lunga ama ward committees nezinduna ukubika ngezimo ukuze zikwazi ukusondela kwa Masipala.
ILEMBE
- Limited ngohlelo abanalo ngokulethwa kwa manzi ezindaweni zakwa Maphumulo.
- Bazivezile nezinqinamba abanazo ekulethweni kwamanzi.
- Bacele umphakathi ukuthi uqaphele ukuthi awuzixhumeli amanzi ngoku ngekho emthethweni ngoba nakho lokho kuyalulimaza uhlelo lokulethwa kwa manzi emphakathini.
- Kukhona abathe bazokulungisa maduze okucelwe umphakathi ngohlelo lwamanzi nokuqhuma kwamapayipi.
- Bacele ukuthi umphakathi ukubike uma ubona kunepayipi eliqhumile noma lapho ukuvuza khona amanzi.
DEPARTMENT OF TRANSPORT
- Baphendule imibuzo yomphakathi ebivela khona emhlanganweni.
- Bachaze kabanzi ngokulimala ko mgwaqo P20 owaziwa ngo R74 emasangweni nangase Zulu pot ukuthi kudalwe yini. Baveza ukuthi ikhona imizamo abayenzayo njengo mnyango ukulungisa kulezindawo.
- baphinde baqinsekisa ukuthi umgwaqo eya eVuma bazowulungisa njengoba bazibophezela kwabo kwimihlangano edlula kodwa ngenxa yokushoda kwimishini bacela umphakathi ubekezele kancane.
- bachezele umphakathi ngama thuba akhona ngoko hlelo lukua Luka EPWP uvukay’bambe kanye nozibambele nokuthi kuqashwa kanjani.
INKULUMO YEZINDUNA
- Zibonge kakhulu ukuthi ukhansela ayibize imihlangano yomphakathi ukuze awazise ngokuqhubekayo.
- Bacela ukuthi iminyango mayimenyiwe ukuqikelele ukuza kwi mahlangano ukuze izolalela bese iphendula lapho omphakathi udinga khona ukucaciselwa.
- Kucelwe nawo umphakathi ukuthi uyivikele inqalasizinda esuke yakhelwe bona yakhiwa uhulumeni.




